USEZE wonda nasemzimbeni owesifazane waseMthebeni, eNdwedwe, kulandela ukuhamba kwezinyanga kwanyamalala indodana yakhe ...
Lokhu kuza emva kokuba indodakazi kaLungile iphanyeke ivideo yayo ezinkundleni zokuxhumana ibalisa ngokuthi ifisa ukwazi ...
AZOPHELA amahlathi okucasha kwesaKwaMthethwa ngaphansi kukaMasipala uMfolozi njengoba sekuphothulwa ukwakhiwa kwesiteshi ...
ILOKHU ikhule njalo inzuzo yemali eyenziwa amaciko akuleli zwe ngokulalelwa komculo wawo kwiSpotify. Izibalo zangonyaka odlule zikhombie ukuthi ukulalelwa komculo wawo kungenise imali ebalelwa ...
“Kuthiwa uhlaselwe abafana abambalwa okuthiwa wayekade exabane nabo ngempelasonto ende yokuqala kukaMeyi. Kuthiwa iqembu ayepikwe kulo, iMjiva yayikade idlala neqembu lalaba bafana esingalazi igama ...
KUNGEKUDALA umndeni wakwa-Omoda eNingizimu Afrika uzokwandiswa nge-C4 evezwe okokuqala embukisweni iBeijing Auto Show, eChina, ngesonto eledlule. I-C4 izongena ngaphansi kwe-C4 esiphenduke intandokazi ...
INTOKAZI engumculi yaseJohannesburg, uTyla, iphinde yaba ngundabamlonyeni futhi yanconywa njengomunye wosaziwayo abebegqoke kahle nakulo nyaka emcimbini wemfashini waseMelika owaziwa ngeMet Gala. Lo ...
UMHOLI we-NFP, uMnuz Ivan Barnes, ushiye angalazi kumholi we-EFF, uMnuz Julius Malema, amsola ngokuvikela abokufika abakuleli ngokungemthetho. UBarnes ubize uMalema ngohlanya oluhambe luvikela abantu ...
USOMAHLAYA waseMpangeni, uCeleste Ntuli, ukhale wemuka nendondo kuma-2026 Savanna Comics' Choice Comedy Awards eLyric Theatre, eGold Reef City, eGoli, ngoMgqibelo. UCeleste, owazakhela udumo ...
INKAMPANI eneminyaka emithathu ikhona, i-Omoda & Jaecoo, isizibekele umgomo wokuthi kuphele u-2027 ibe isidayisa izimoto ezingaphezu kwesigidi ngonyaka. Kule minyaka emithathu eyedlule, i-Omoda & ...
KUSHAYISANA imibono kwaqubuka nemvunge ngokufakwa ngaphansi komlawuli kwesikhwama esixhasa izitshudeni ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo, iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS).
LIYALA ukugoba uphondo iqembu iMKP, ehlabela phambili necala lokukhalaza ngemiphumela yokhetho lwango-2024, emva kokuhlangana nezikhulu zeKhomishini yezoKhetho kuleli, i-Independent Electoral ...